Owesifazane eligodliwe igama lakhe ngenhloso yokuthi avikeleke, lowesifazane uvele waphuma ixoxo esithweni sakhe sangasese kwavele kwahlasimulisa umzimba kbantu abaningi
“Ukuqala kwami ukuzwa lelixoxo ngaphakathi ngangizitshela ukuthi isibeletho sami sinenkinga Ngathi No Marn Noma kthiwa sinenkinga sesingaze sigxumagxume pho hhaw cha ukukwazi” kusho lowesifazane
“Ngibe sengiqaphela ukuthi ixoxo leli ebelilokhe lugxumagxuma ngyasola lifakwe ilo engbanga naye indoda ngoba akahlukani nemithi usengaze angthakathe kanje pho yey ngayibonga i LadiesHouse ” kusho lowesifazane. Lowesifazane nendoda engeyokfika kuleli inele yezwa ukuthi uyena lo obephuma ixoxo yavele yamgabhela khona lokho bahlukana
Lowesifazane uthi lento naye imshaqisile akazi enzenjani ngoba lento yakhe yokungeqwa amablukwe isimfake enkingeni.