This happened at Mathole High School, case of assault has been open against Thando
Sukususe umsindo nge video esabalale ezinkundleni zokuxhumana lapho iveza khona ingane yesikole ishawa enye.
Umndeni walentombazane usashaqekile ngesigameko esehlakele ingane yabo lapho ishawa khona abanye bebukela beyishutha ngama phone. Kule video kubonakala intombazane ogamala layo ngu(Thando) ishaya enye ize imukhiphe ngisho iPanty. Obekade record le video uzwakala ethi “Thando awumyeke” ezwelana nesimo abona ukuthi uzakwabo ubheke e naso.
Akukacaci ukuthi le video ithathwe nini noma be kubangwa I kuze kufike kulesi sihluku ngoba iveza bonke abafundi besagqoke uniform yesikole.
Watch video below:
Ezinkundleni zokuxhumana isigxekwe kakhulu isenzo salentombazane. Ku Facebook sebeqalile ngikukunikela emndenini walohlukemezekile isimo asikho sihle. Kuthiwa vele abamile kahle kubo kwentombazane futhi akalisule icala ngoba abanayo nanemali yokuhamba icala.
See comments below:
Bongekile Mhlabi: Umshaya kanjn umuntu ongaphindiseli😕😭sengat th ngaboshwa
Smah Mamazi: Kaze bayaphi labafana ababekhipha ibhande banibhaxabule manilwa🤔🤔
Zanele Ndlovu: Kumele iboshwe khona kuzofunda nabanye ngoba mzali wayo uphandela yona Kube iye kofunda yona iyokulwa ngenxa yendoda
Mthunzi Dlamini: Kusamele thina bazli senze ithimba sifjndise Izingane zethu ukubaluleka kokuzithanda lokho kuyokwandisa isizwe esiliphe ndhluzekile