Grandmother of well known Maskandi artist Khuzani Mpungose has passed away.
Details surrounding her death are still unclear, but news of her passing was revealed by her grandson, Khuzani Mpungose, through a post on Social Media on Thursday.
On Sunday she called me and said on Tuesday I must send a car that will take her to the doctor for a checkup, she was not feeling well and on Wednesday night she passed away.
“Umoya wami wephukile umzimba wami uphansi ngokudlula emhlabeni kukagogo wami ozala umama obeyikho konke kimi obevale isikhala sikamama kusukela ngashiywa umama wami ngina 14 years ugogo ubeyikho konke kimi,Kuhambe umuntu obengibuza ukuthi ngidlile yini?
Ulale ngokuthula Ngwane bengingazi ukuthi uzongishiya ngingazelele lutho kanje ,
Ubengifonele Saturday ethi usunjani umkhuhlane buya uze ekhaya ungaguleli emazweni ngathi mina gogo ngizoba right khululeka, wathi naye uphilile ungumqemane, Ngesonto angifonele athi ngolwesibili angithumele imonto ezomusa kuDokotela ayomcheker nje isimo sempilo kukhona akakuzwayo okungahambi kahle ngayithumela Tuesady imonto waya kuDoctor izolo ebusuku ukufa kwasephuca yena singazelele lutho.
Nkosi uwena owaziyo nonezinhlelo ngomuntu emhlabeni,Ngiyabonga Ngwane ukungikhulisa ngize ngibe ngaka ubuyikho konke kumina ekhaya komama bese usele wedwa,Ubani osezokikiza uma ngifika nezindondo uma ngiwinile💔”